UMkhosi woMhlanga

Umkhosi womhlanga umkhosi lapho izinkulungwane zezintombi zamaZulu zihlangana khona eNyokeni esigodlweni seNgonyama yamaZulu ngoMandulo unyaka nonyaka. Umkhosi womhlanga isiko lokukhuthaza ubumsulwa ezintombi nokuhlonishwa kwabesifazane abasebasha.Kanye Baye Befundiswe Nokuhlonipha bobuntombi