Isifakazelo sokuzalwa
Isifakazelo sokuzalwa siyisiqoshwa esimqoka esiqopha ukuzalwa komuntu. Ibizo elithi "isifakazelo sokuzalwa" lingabhekisela encwadini yokuqala efakazela izimo zokuzalwa noma kwisifaniselo esifakazelwe esiwumohumela wokubhaliswa kwalokho kuzalwa. Kuye nangezifunda, isiqoshwa sokuzalwa singaqukatha isiqinisekiso sesenzakalo senyanga.
Impokophelo eLondolozekayo yeZizwe eziBumbene ye-17, eyingxenye eyinhloko yohlu lwezenzo 2030, inomgcibisho wokukhulisa ukutholakala ngesikhathi kwemininingo emayelana neminyaka, ubulili, ubuzwe nezinye izici ezifanele, lezo izincwadi ezinjengesifakazelo zokuzalwa ezinamandla wokuyihlinzeka.
🔥 Top keywords: Ikhasi ElikhuluSpecial:SearchImfundoIsidakamizwaImveloIsichazamazwiUNelson MandelaUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)Izinyanga zonyaka ngesiZuluUmakhalekhukhwiniFile:Unlabeled Renatto Luschan Skin color map.svgUbuchwephesheIzibongo zenkosi uShakaShakaAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaIzonto ezinyeMisuzulu ZuluWikipedia:Izehlakalo ezimanjeUkudlwengulwa kwabesilisaCategory:IziphicaphicwanoInkoloIzilwaneXVideosImvumelwano SiqaloSpecial:MyTalkWikipediaIsithembuUCansiIsiNgisiIbhola lezinyawoFile:South Africa 2011 Zulu speakers proportion map.svgUMkhosi woMhlangaIsiZuluWikipedia:General disclaimerAmaMbathaUsuku lwenkululekoIzitayela zocansiIsifo seCoronavirus 2019Ifonetiki