Ilaptop
isiCikizi esitshenziswa luntinti
IsiGonwa (noma umathangeni) yisicikizi esiphathwayo. Izigonwa, zimise okwegobongo oluvuleka kabili, futhi zivame ukuba nesihenqo esiyisicaba ngaphakathi kwesimbozo esingaphezulu esimboze uqwembe lokuchofoza losonhlamvukazinani esimbozweni esingaphans. Iningi lezigxoyi zesigonwa zigxishwe ngaphakathi kwesimbozo esingezansi ngaphansi koqwembe lokuchofoza, futhi ezinye izigonwa namuhla zifakelwe Isithwebuli soLwebu esingaphezu kwesihenqo futhi ezinye zinombukiswano wesihenqo esithintwayo.
🔥 Top keywords: Ikhasi ElikhuluSpecial:SearchImfundoIsidakamizwaImveloIsichazamazwiUNelson MandelaUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)Izinyanga zonyaka ngesiZuluUmakhalekhukhwiniFile:Unlabeled Renatto Luschan Skin color map.svgUbuchwephesheIzibongo zenkosi uShakaShakaAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaIzonto ezinyeMisuzulu ZuluWikipedia:Izehlakalo ezimanjeUkudlwengulwa kwabesilisaCategory:IziphicaphicwanoInkoloIzilwaneXVideosImvumelwano SiqaloSpecial:MyTalkWikipediaIsithembuUCansiIsiNgisiIbhola lezinyawoFile:South Africa 2011 Zulu speakers proportion map.svgUMkhosi woMhlangaIsiZuluWikipedia:General disclaimerAmaMbathaUsuku lwenkululekoIzitayela zocansiIsifo seCoronavirus 2019Ifonetiki