Jacob Zuma

umongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika

uJacob Gedleyihlekisa Zuma (uzalwa mhla ziyi12 kuMbasa wezi1942) unguMongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika.[3]

Jacob Zuma
GCB
Umongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika
Isikhathi:
9 ngoNhlaba 2009 – 14 uNhlolanja 2018
DeputyKgalema Motlanthe
Emva kwaKgalema Motlanthe
uLandelwaCyril Ramaphosa
Umongameli we-ANC
Isikhathi:
18 ngoZibandlela 2007 – 18 kuZibandlela 2017
DeputyKgalema Motlanthe
Emva kwaThabo Mbeki
uLandelwaCyril Ramaphosa
Umongameli isekela waseNingizimu Afrika
Isikhathi:
14 ngoNhlangula 1999 – 14 ngoNhlangula 2005
PresidentThabo Mbeki
Emva kwaThabo Mbeki
uLandelwaPhumzile Mlambo-Ngcuka
Ilungu Lephalamende
Isikhathi:
1999–2005
Ukwazisa
UbezalwaJacob Gedleyihlekisa Zuma
(1942-04-12) 12 ngoMbaso 1942 (Iminyaka 82)
Inkandla, Umbuso waseNigizimu Afrika
UhloboabAfrika waseningizimu
IqembuAfrican National Congress (1959–manje)
UbeshadaGertrude Sizakele Khumalo
(1973–manje)
Kate Zuma
(1976–2000)[1]
Nkosazana Dlamini
(1982–1998)
Nompumelelo Ntuli
(2008–manje)
Thobeka Mabhija
(2010–manje)[2]
Abantwana20

Isiga lakhe singu-JZ. Isithakazelo lakhe singuMsholozi. Iyibizo futhi weculo ngebhendi Izingane Zoma.[4]

Zuma ubezalwa eNkandla, KwaZulu-Natal.[5]

uJacob Zuma wawuthola ukugxeka kakhulu ngoNkandla, umuzi wakhe owakhiwe eNkanla, KZN, ngoba usenze imali yabantu baseNingizimu Afrika. Ukugxeka kunomsindo kwafika ngu-EFF, ngenkathi bamemeza "Pay back the money!" ephalamende ngo-21 uNcwaba, 2014.

Ukushiya phansi esikhundleni sokuba ngumongmeli

Ngo mhlaka-14 kuNhlolanja 2018 uMongameli Jacob Zuma washiya phansi izintambo njengoMongameli waseNingizimu Afrika. Wakusho lokhu kumbiko oyisepesheli esiteshini sokusakaza somphakathi kwa-SABC.

NgoSepthemba 2021, iNkantolo yoMthethosisekelo yaseNingizimu Afrika yasichitha ngenkani isicelo sikaMengameli wezwe uJacob Zuma sokuguqula isinqumo sakhe sokumgweba izinyanga eziyishumi nanhlanu ejele ngenxa yokudelela ubulungiswa.

uJacob Zuma


Imithombo