uNomakhekheba
umZulane wesikhombisa kusuka elangeni
uNomakhekheba, noma (uphawu: ) ungumzulane wesikhombisa ozungezohlelweni lweLanga. Lomzulane wakheke ngokufanayo noNolundwa, futhi yomibili yakhiwa insada yeziqa ezihlukile kulezo zemizulane engamaqhakamela, iNdonsa kanye noNomaxhama (amaqhakamela wohowo). Ngenxa yalesi sizathu osonzululwazi bavamise ukubiza uNomakhekheba noNolundwa ngokuthi "amaqhakamela weqhwa".
Ngokufanayo namaqhakamela wohowo, amaqhakamela weqhwa aswele ubuso obukhumanqa. Umoyambulunga kaNomakhekheba uyefana noweNdonsa nokaNomaxhama njengoba ngokuyinhloko wakhiwa ihwanzi kanye nehwelanga, kodwa uqukethe namanye "amaqhwe", afana namanzi, umthundohwe (ammonia), nejawani (methane), kanye namachaphazi wemicalahwanzi.
🔥 Top keywords: Ikhasi ElikhuluSpecial:SearchImfundoIsidakamizwaImveloIsichazamazwiUNelson MandelaUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)Izinyanga zonyaka ngesiZuluUmakhalekhukhwiniFile:Unlabeled Renatto Luschan Skin color map.svgUbuchwephesheIzibongo zenkosi uShakaShakaAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaIzonto ezinyeMisuzulu ZuluWikipedia:Izehlakalo ezimanjeUkudlwengulwa kwabesilisaCategory:IziphicaphicwanoInkoloIzilwaneXVideosImvumelwano SiqaloSpecial:MyTalkWikipediaIsithembuUCansiIsiNgisiIbhola lezinyawoFile:South Africa 2011 Zulu speakers proportion map.svgUMkhosi woMhlangaIsiZuluWikipedia:General disclaimerAmaMbathaUsuku lwenkululekoIzitayela zocansiIsifo seCoronavirus 2019Ifonetiki