Isiqungo
ingxube yomkhumenqe wenkimbi owakhiwa izinhlwa ezimbili noma ukweqa
Isiqungo siyingxube yezinhlwa zevanga enye yazo kuyinkimbi. Ngokungafani nemixube enezitshodisi eziyinkimbi, isiqungo iyazigcina zonke izakhi zenkimbi esithakweni esisha, ezifana nokudlulisa amazuba, ubuqhatha, ukufiphala, ukucwazimula, kodwa singaba nezakhi ezihlukile nalezo zezinkimbi ezicwebile, ezifana nobukhwepha ebukhulu nokuqina. Kwezinye izindawo, isiqungo, singanciphisa intengo yesithako sonke kuyilapho silondoloza izakhi ezimqoka.
🔥 Top keywords: Ikhasi ElikhuluSpecial:SearchImfundoIsidakamizwaImveloIsichazamazwiUNelson MandelaUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)Izinyanga zonyaka ngesiZuluUmakhalekhukhwiniFile:Unlabeled Renatto Luschan Skin color map.svgUbuchwephesheIzibongo zenkosi uShakaShakaAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaIzonto ezinyeMisuzulu ZuluWikipedia:Izehlakalo ezimanjeUkudlwengulwa kwabesilisaCategory:IziphicaphicwanoInkoloIzilwaneXVideosImvumelwano SiqaloSpecial:MyTalkWikipediaIsithembuUCansiIsiNgisiIbhola lezinyawoFile:South Africa 2011 Zulu speakers proportion map.svgUMkhosi woMhlangaIsiZuluWikipedia:General disclaimerAmaMbathaUsuku lwenkululekoIzitayela zocansiIsifo seCoronavirus 2019Ifonetiki