INdeni yengqamuzana

Isithokazane esisolwelwesini lwemvelendeni esiqukethe ulibofuzo

INdeni yengqamuzana iyisithokazane esithungelwe olwelwesini esitholakala emangqamuzaneni ezimvelendeni. Amangqamuzana ezimvelendeni anendeni eyodwa, kodwana kunezinhlobo ezimbalwa zamangqamuzana, ezifana namangqamuzana egazi abomvu, ezingenazo izindeni, kanye nezinye ezinamangqamuzana amaningi. Uhlaka olumqoka ekwakhekeni kwendeni lungulwelwesi olulukhonko nolungunge Isithokazane sisonke futhi luqhinga okuphakathi kwalo kuhlukane nengqimbazana.

Amangqamuzana we-HeLa agcotshelwe indeni yoLibofuzo enodayi lwe -fluorescent Hoechst olulundwa