Ibhola

Ibhola, noma ibhola likanobhutshuzwayo, lingumdlalo. Lidlalwa ensimimi (soccer field) ngabadlali abayishumi nanye icala ngalinye. Iqembu lesizwe laseNingizimu Afrika libizwa ngokuthi yi-Bafana Bafana[1][2][3][4].

Mhlaseli (Ijezi elibomvu) liphezu ukuzivikela
Ebholeni, inhloso ebalulekile yabalandeli ukukhuthaza iqembu labo phakathi nomdlalo

iBafana Bafana izobe imele izwe lase Ningizimu Afrika emqhudelwaneni 'Wendebe Yomhlaba' (World Cup) ozobe ubanjelwe khona eNingizimu Afrika, kusukela mhla ziyi-11 ku Juni 2010 ukuya mhla ziyi-11 kuJuly 2010. Lokhu kuyingqopha-mlando ngoba phela kuzobe kuqala ngqa ukuba no mqhudelwano ubanjelwe eZwenikazi lase- Afrika(African Continent), futhi izwe laseNingizimu Afrika lizigqaja kabi ngokuthi yilona elizoba elokuqala ngqa eZwenikazi lase- Afrika ukuba kubanjelwe kulo lo mqhudelwano omkhulukazi webhola likanobhutshuzwayo[5].