IChwenzi
IChwenzi inhlwa eyisiqa enophawu Cl kanye nenani lobuchwe eliyi- 17. Ecansini lezinhlwa litholakala phakathi koFusihwe nombhulufu futhi izakhi zalo ziphakathi nendawo kuzo. Ichwenzi liwuhowo oluphuzi sakuhlaza ezingeni lokushisa legumbi. Liyinhlwa esabela kalula futhi liyisenzi esithuhlayo esinamandla: phakathi kwezinhlwa, ilona elinobudududu benzuba obuphezulu futhi lingelesithathu ngemuva kwesOhwe neFusihwe ezinobunzubanxele (electronegativity) emlinganisweni ka-Pauling obuyekeziwe.
🔥 Top keywords: Ikhasi ElikhuluSpecial:SearchImfundoIsidakamizwaImveloIsichazamazwiUNelson MandelaUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)Izinyanga zonyaka ngesiZuluUmakhalekhukhwiniFile:Unlabeled Renatto Luschan Skin color map.svgUbuchwephesheIzibongo zenkosi uShakaShakaAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaIzonto ezinyeMisuzulu ZuluWikipedia:Izehlakalo ezimanjeUkudlwengulwa kwabesilisaCategory:IziphicaphicwanoInkoloIzilwaneXVideosImvumelwano SiqaloSpecial:MyTalkWikipediaIsithembuUCansiIsiNgisiIbhola lezinyawoFile:South Africa 2011 Zulu speakers proportion map.svgUMkhosi woMhlangaIsiZuluWikipedia:General disclaimerAmaMbathaUsuku lwenkululekoIzitayela zocansiIsifo seCoronavirus 2019Ifonetiki